Ingozi idlule namanesi amathathu abeyothweswa iziqu zawo

2016-07-12 11:32

Johannesburg - Kushone onesi abathathu boMnyango wezeMpilo e-Eastern Cape engozini yemoto eyenzeke emgwaqeni ku-R60 ophakathi kwaseKing William's Town nase-Alice ngoLwesibili.

Okhulumela umnyango wezokuThutha e-Eastern Cape uNcedo Kumbaca uthe isigameko senzeke ngezithuba zabo-06:00 ekuseni emgwaqeni ophakathi kwaseMiddledrift naseDebenk.

OLUNYE UDABA: Ingozi ibulale 5 eKZN

Imoto yohlobo lwe-Toyota Avanza ebihamba amanesi eyothola iziqu e-Alice ishayisane neloli.

Abantu abathathu bashonele endaweni yesigameko kwalimala abangu-7 abaphuthunyiswe esibhedlela e-Alice.

Abantu abangu-6 basesimeni esibucayi. Abashayeli bobabili babalwa nalabo abalimale kanzima, kusho uKumbaca, kubika iTimesLive.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.