Inhlangano emele abaqwayizi ithi kumele bathole amalungelo afanayo

2016-07-18 17:34

Durban - Inhlangano i-Sweat, emele abasebenza njengabaqwayizi ithi nabo badinga ukuba namalungelo afanayo, kubika iNewswatch.

Iqoqo labantu abangu-50 bahlanganyele phandle kwe-Durban ICC lapho kubanjelwe khona ingqungquthela yesandulela ngculazi kanye nengculazi.

OLUNYE UDABA:Baphisane ngocansi abaqwayizi begubha inkululeko

Leli qoqo labantu beliphethe izingqwembe kubungwazwa abaqwayizi asebashona kusukela le ngqungquthela yayibanjelwe kuleli eminyakeni engu-16 eyedlule.

Umqondisi wale nhlangano uSally Jean-Shackleton uthi abaqwayizi badinga amalungelo afanayo njengabanye abasebenzi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.