Inhlangano eyengamele isikole izosebenzisana namaphoyisa

2016-07-19 18:59

Pietermaritzburg - Inhlangano eyengamele isikole samabanga aphansi ePMB izosebenzisana namaphoyisa njengoba kunezinsolo zokunyukubezwa kwabafundi, kubika iNewswatch.

Lokhu kulandela icala lokudlwengula elibekwe loyo ongumeluleki wabafundi. Lo meluleki usolwa ngokunyukubeza abafundi babesilisa ngokocansi.

Lo meluleki uxoshiwe kulesi sikole kanti sekutholakale ukuthi wayengabhalisile kumkhandlu wabothishela i-SACE.

OLUNYE UDABA:Kume nse ukufunda umphakathi uvale amasango

Usihlalo we-SGB kulesi sikole uthe nabo benza olwabo uphenyo oluseceleni ngalawa macala kanti sebethole ukuthi inkontileka yomsolwa kanye nesikole ibingekho semthethweni.

"Kuzo zonke izinto ezizodingwa umnyango kanye namaphoyisa, sizoqinisekisa ukuthi sinikezela ngolwazi esinalo nathi,"kusho usihlalo we-SGB.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.