Inhlangano yamaphoyisa igxeke ukushaywa kwephoyisa

2016-08-17 19:00

Johannesburg – IRoad Traffic Management Corporation ngoLwesithathu igxeke ukuhlaselwa kwephoyisa lomgwaqo eNigel, eGauteng.

Ngokwe-video esabalale enkundleni yezokuxhumana, umlisa ubonakala ecindezela phansi iphoyisa lomgwaqo wabeselihudula, abafundi nabazali bembongela.

Funda nalolu daba: Ingane isinde ngokulambisa kuhlaselwa umndeni

Okhulumela i-RTMC uSimon Zwane uthi lokhu kuhlaselwa kwephoyisa akwamukelekile, kukhomba ukungahloniphi nokudelela isiduma sephoyisa ebelenza umsebenzi walo.

"Sethemba ukuthi izinkantolo zizobhekana naye kanzima lo mlisa ukudlulisa umyalezo oqinile wokuthi amaphoyisa akumele aphazanyiswe emsebenzini wawo.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.