Inhlanzi ishelwe amanzi kobehambela imingcwabo ngenhloso yokweba

2017-06-06 15:59

Harare - Owesilisa oneminyaka engu-20 ubudala, uShillati Makanda, waseChitungwiza utshele inkantolo ngeledlule ukuthi emngcwabeni ubehambela ukuyontshontshela abantu nje kuphela.

Njalo wayefike athi uyisihlobo sikamufi, ngokusho kombiko wephephandaba iHerald.

"Ngisho sebebona ukuthi uyabantshontshela ngokuhamba kwesikhathi, abantu babamanqika ukubikela amaphoyisa ngoba basuke becabanga ukuthi uyisihlobo,” iphephandana licaphuna uMakanda.

OLUNYE UDABA: Kushone intombazane,4, edlwenguliwe

Inhlanzi ishelwe amanzi ngesikhathi omunye wabantu ababesemngcwabeni ebikela amaphoyisa ukuthi uMakanda umebele iSamsung Note 2 ngomhlaka-16 Meyi.

UMakanda waboleka umakhalekhukhwini ngelokuthi ufuna ukuthwebula izithombe aqophe nama-video omngcwabo "kamalume wakhe" – kodwa wavele wanyamalala nawo wayowudayisa, ngokusho kombiko.

Kulokhu-ke umnikazi wocingo wabikela amaphoyisa, waboshwa uMakanda ngesenzo sakhe.

Owesifazane waboshwa ngo-Ephreli eWaterfalls, eHarare, ngemuva kokuzama ukweba izikhwama ezazigcwele umnikelo esontweni lamaRoma aKhatholika, kubika iH-Metro

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.