Iningi labantu bakuleli baphila ngemali yesibonelelo - Ucwaningo

2017-06-21 16:01

Johannesburg – Izibalo zitshengisa ukuthi bebengu-17 million abantu baseNingizimu Afrika abathembele ezibonelelweni zikahulumeni uma kuqhathaniswa nabangu-15.5 million abasebenzayo ngonyaka owedlule.

Lokhu kungokombiko weSA Institute of Race Relations okhishwe ngoLwesithathu.

Ocwaningweni olwenziwe yisi sikhungo kutholakale ukuthi lokhu ngeke kube nomthelela omuhle emnothweni wakuleli ngenxa yokuthi ngokuhamba kwesikhathi kuzokuba nzima ukuba uhulumeni akhiphe le mali noma ayinyuse.

“Lezi zibalo zitshengisa ukuthi kuningi okungase kuholele ekutheni kube nezinxushunxushu kwezenhlalakahle nakwezombusazwe,” kusho umcwaningi walesi sikhungo uGerbrandt van Heerden.

OLUNYE UDABA: Iningi labantu lithembe isibonelelo sikahulumeni e-E Cape

“Uma umnotho ufinyelela esigabeni sokungakhuli, lehla nezinga lokuqoqwa kwentela, sizonyuka isibalo sabantu abathembela ezibonelelweni zikahulumeni.

“Lokhu kuzoholela ekutheni uhulumeni akhathule kwezinye izinngxenye zokuhlinzeka umphakathi ngezidingo ukuze ahlinzeke abantu ngezibonelelo. Siqagula ukuthi lokhu kungase kunyuse izinga lemibhikisho enodlame.”

Kwinhlolovo eyenziwa yilesi sikhungo ngo-2001, babebalelwa ku-12.4 million abantu ababengasebenzi uma kuqhathaniswa nabangu-3.9 million ababethola izibonelelo kuhulumeni.

Lokhu kusho ukuthi bangu-330 abantu abaqashiwe kwabangu-100 abathola isibonelelo sikahulumeni.

Thola udaba oluphelele lapha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.