Iningi labantu lithembe isibonelelo sikahulumeni e-E Cape

2017-05-31 18:00

Cape Town – Ucwaningo lwakamuva olwenziwe yiStats SA lutshengisa ukuthi izibonelelo zikahulumeni yizo ezihamba phambili ukudlula amaholo e-Eastern Cape.

Lokhu kuvele embikweni weStats SA waminyaka yonke, iGeneral Household Survey, okhishwe ngoLwesithathu.

Ngokusho kombiko we-Eyewitness News, le nhlolovo yenziwa phakathi kukaJanuwari noDisemba 2016 kanti solokhu yaqala ukwenziwa eminyakeni engu-15 eyedlule.

Abantu abathola izibonelelo zikahulumeni sebephindeke kabili kule minyaka engu-13 eyedlule njengoba sebengu-29.9% wabantu bakuleli.

Isilinganiso semizi okukhona kuyona okungenani umuntu oyedwa othola isibonelelo sikahulumeni, sesikhuphukile sisuka ku-29.9% njengoba manje simi ku-44.8%.

Kulo mbiko kuvele ukuthi i-Eastern Cape yiyo ehamba phambili ngesibalo sabantu abathola isibonelelo sikahulumeni kanti abantu abaningi kulesi sifundazwe bathembele kule mali kahulumeni ngenxa yokuthi iningi labo abasebenzi.

IGauteng neWestern Cape yizoba kuphela izifundazwe ezinesibalo esiphezulu sabantu abathembele emiholweni yabo ukuze baphile.

IStats SA iphinde yaveza ukuthi balokhu bekhuphuke njalo abantu abafinyelela kumatikuletsheni ngokwezinga lemfundo kusukela ngo-2002.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Sales Representative- Knysna

George - Knysna
George Employment Consultants
R15 000.00 Per Month Per Month

Key Accounts - IT

Bellville
Southern Shore Recruitment
R15 000.00 - R25 000.00 Per Month

Audit Senior / Bookkeeper to Trial Balance

Cape Town Southern Suburbs
Placement Point (Pty) Ltd
R15 000.00 - R21 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.