INingizimu Afrika ayinayo imali eyanele ukuhlinzeka ngemfundo yamahhala - Ikhomishini

2017-11-13 13:59

Johannesburg - Ikhomishini kaHeher ebiphenya ngokuthi kungenzeka yini ukuthi uhulumeni wakuleli akwazi ukuhlinzeka ngemfundo yamahhala emazingeni aphezulu emfundo, ithole ukuthi okwamanje uMbuso ngeke ukwazi ukwenza lokhu.

Le khomishini iveza ukuthi uhulumeni uzohluleka ukuhlinzeka bonke abafundi abasemanyuvesi ngemfundo yamahhala.

"…Ayikho imali eyanele kuhulumeni yokuthi izitshudeni ezingenawo amandla zithole imfundo yamahhala, ayisaphathwa-ke ayabo bonke abafundi, abadonsa kanzima nalabo abaphila kahle," kusho umbiko wale khomishini.

UMengameli Jacob Zuma udedele lo mbiko obubhekwe ngamehlo abomvu ngabo-12:30 ngoMsombuluko.

- Funda umbiko ophelele lapha.

Lo mbiko uza ngemuva kokuthi kubikwe ukuthi uZuma ubehlela ukumemezela uhlelo lokuhlinzeka abafundi ngemfundo yamahhala, nokubikwe ukuthi uhlanganiswe ngowayeyisoka lendodakazi yakhe, uMorris Masutha.

Lo mbiko uncome ukuthi abafundi abafunda ezikhungweni ezizimele nezingaphansi kukahulumeni kumele bahlinzekwe ngosizo ngokohlelo lukahulumeni lwe-Income-Contingency Loans abangaluthola emabhange.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.