INingizimu Afrika emazweni angu-20 ahamba phambili ngokungaphephi

2017-09-09 11:30

Johannesburg – UMnyango wamaPhoyisa ngoLwesihlanu ugcizelele ukubaluleka kokuqiniswa kwezomthethu ukuze babhekane nezinga lobugebengu elikhulayo.

Lokhu kulandela umbiko okhishwe ngabe- World Economic Forum's Travel and Tourism Competitiveness ehlaziya isimo sezokuvakasha kumazwe ahlukahlukene emhlabeni wonke jikelele.

Kulo mbiko, kuvezwa indaba yezokuphepha ezweni ngalinye kula mazwe angu-136 abambe iqhaza ekutheni ahlolwe izinga lawo.

INingizumu Afrika ebekwe kunama-120 kuthiwa ihleli kunombolo 20 ohlwini lwezokuphepha nokuvikeleka.

OLUNYE UDABA:Kuqiniswe ezokuphepha ehostela laKwaMashu naseGlebelands

Amanye amazwi athathwe njenganobungozi e-Afrika kubalwa iGibhithe, Democratic Republic of Congo, Chad kanye ne-Mali. 

Izwe elisekugcineni kunawo wonke yi-Colombia, ehleli kunama-136 waloluhlu.

Ebeka umbono wakhe mayelana nalo mbiko uNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula uthe zikhona izinhlelo abanazo zokubhekana nalesi simo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.