INingizimu Afrika ihamba phambili e-Afrika emazweni abukela izithombe zocansi

2018-01-18 09:31

Johannesburg - INingizimu Afrika isibalwa namazwe angu-20 ahamba phambili emhlabeni kwabukela kakhulu izithombe zocansi ku-internet, ngokusho kwezibalo zakamuva.

Ngokwezibalo zangonyaka odlule, iNingizimu Afrika ilele kunombolo-19 emazweni angu-20 aphambili abuka izithombe zocansi emhlabeni, kanti ngo-2016 yayikunombolo-20.

INingizimu Afrika iyona kuphela evela kuloluhlu emzaweni ase-Afrika.     

Izibalo ziveza ukuthi kubantu baseNingizimu Afrika ababukela izithombe zocansi ku-internet, u-32% wabo ngabantu besifazane kanti u-68% abantu besilisa.

OLUNYE UDABA: INGOSI: Uma seluphelile uthando ngakuwe, sizothandana ngolwami

Babalelwwa ku-28 5 billion abantu ababukele izithombe zocansi ku-internet emhlabeni wonke ngonyaka odlule, kanti balinganiselwa ku-81 million ebebezibukela nsuku zonke, angu-4m ama-video afakwe ku-internet ngonyaka owedlule.

Abantu ababukela kakhulu lezi zithombe baneminyaka ephakathi kuka-25–34.

Kuthiwa yizitabane zabesifazane okubukeka zihlala kakhulu ku-internert zibukela izithombe zocansi.

Abantu abaningi basebenzisa omakhalekhukhwini ukubuka izithombe zocansi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.