'INingizimu Afrika ngeke igxambukele ezindabeni zaseZim'

2016-08-16 16:01

Johannebsurg – Iningizimu Afrika akumele igxambukele ezindabeni zaseZimbabwe – ngaphandle uma icelwa, ngokusho kukaNgqongqoshe wezobuDlelwane namanzwe omhlaba, uMaite Nkoana-Mashabane.

Usho kanje ngesikhathi ekhuluma nentatheli ye-eNCA.

UNgqongqoshe ubephendula ngemuva kokuba izishoshovu zaseZimbabwe zicele iNingizimu Afrika ukuba afakele uhulumeni waseZimbabwe ingcindezi.

Funda nalolu daba: Babanjiwe abesimame abagebenga iziguli esibhedlela

Kodwa uNkoana-Mashabane uthe uMengameli Mugabe wakhethwa ngokusemthethweni ngo-2013.

Uthe indlela abantu baseZimbabwe abaguqula ngayo izinto ukuthi bavote.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.