Inja isindise umnikazi wayo elunywa ngenye inja

2016-05-13 11:31

Durban - Inja isindise umnikazi wayo oyibhungu ngesikhathi ehlaselwa yinja yohlobo lwePit Bull eGlen Anil ngoLwesithathu.

UCameron Grindell okhulume nabeNews24 uthe leli bhungu belihamba endaweni nezinja zazo.

Libe selibona isango lakamakhelwane livuliwe, wabona umakhelwane ephuma ngemoto wabe esememeza inja yakhe ethi ingaphumi egcekeni.

OLUNYE UDABA: Ulimalile obevikela inja ebihlaselwa ngezinye

"Le nja yavele yaphuma igijima, ikhonkotha 'isangana'. Yabe isingijikela ngasesobunxele . Lapho besengazi ukuthi izongiluma ngavele ngama," kusho uGrindell.

"Ingilume emhlane wangidlikiza kwathi isiphinda inja yami yakwazi ukuyiginqa phansi," esho.

Inja kaGrindell ngeyohlobo lwe-Africanis.

Lo wesifazane ubeesekwazi naye ukuyibamba inja yakhe wayivalela egcekeni.

Ube esenika leli bhungu ucingo ukuze lizoshayela umama walo ucingo ngaphambi kokumshiya opha eceleni komgwaqo.

Umama wakhe u-Adrienne Wulfsohn ongudokotela uphuthume endaweni yesigameko wafica ingane yakhe ilele phansi ingakwazi ukuhamba futhi ishaqekile.

UGrindell ulashwe esibhedlela esiseThekwini kulandela ukulunywa yinja ezinqeni nasemlenzeni waphuma ngoLwesithathu ebusuku.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.