Injabulo ibhalwe ebusweni kuPitso

2016-07-28 08:09

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane kumjabulisile ukubona iqembu lakhe lidlula ngehubo kwiZamalek.

“Besingashaya amagoli amaningi, sigcine sesiwuthokozela kakhulu umdlalo kunokuba sizame ukushaya amagoli kodwa kuhle lokhu,” kusho uMosimane kwiSuperSport. ngemuva komdlalo.

“UPercy uhlale ewushintsha umdlalo, kodwa ngijabulile nangoTeko.”

Funda nalolu daba: IPirates isiphendulile ngolwezidakamizwa

“Sikutholile ebesikufuna, siwatholile amaphuzu amathathu, besiwuphethe umdlalo, futhi-ke besidlala neZamalek.”

UMosimane ubonge abalandeli beDowns ngokuphuma kwabo bezobukela umdlalo nakuba bekumakhaza.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.