Injabulo kumama kaMbuyiseni Ndlozi ozothweswa iziqu zobudokotela

2017-08-19 10:11

Cape Town – USomlomo we-EFF uMbuyiseni Ndlozi uthi umama wakhe ukhale mi izinyembezi ngesikhathi emtshela ngezindaba ezimnandi kusukela enyuvesi yaseWitwatersrand.

Le nyuvesi imthumele incwadi eveza ukuthi uNdlozi, 32, uzokwethweswa iziqu zakhe zobudokotela ngezifundo zezepolitiki.

UNdlozi ungowokuqala ekhaya kubo ukuthola iziqu zaseNyuvesi.

OLUNYE UDABA:Uzokwethweswa iziqu uJulius Malema

“Ngithole lokhu ngoLwesihlanu emini ngashayela umama wami ucingo. Ubengakwazi ngisho ukukhuluma ngoba ubelokhu ekhale njalo ocingweni,” kusho uMbuyiseni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.