Injabulo ona-74 ethola izincwadi zokushayela

2017-03-28 16:01

Johannesburg - "Akukho okungavimba umuntu ekutheni abe yilokho afuna ukuba yikho."

Lawa ngamagama kaSilas Ramalete oneminyaka engu-74 ubudala ngesikhathi ethola izincwadi zakhe zokushayela.

Leli khehla lase-Ext 25 eGa-Rankuwa, eTshwane, lithe kudala lalifisa ukuba nezincwadi zokushayela.

"Kodwa bengivilapha ukuya ngiyobamba olayini ngesikhathi ngisakhula. Okungenze ngathatha amakilasi ezincwadi zokushayela ngingakashoni ukuthi isifiso sami bekungukuzithola ngingakalali kobandayo," esho etshela iDaily Sun e-Ipeleng Traffic Department eMabopane, ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Ithole iDiploma iShebeen Queen ena-60

Uthe abantu bashaqeka ngesikhathi eyolungiselela amakilasi okufundiswa ukushayela.

"Babengazitsheli ukuthi ngizophumelela ngenxa yeminyaka yami."

Lo mkhulu uthi wakwazi ukushayela ngenyanga eyodwa.

"Empeleni kwakulula, kwakungathi kudala ngishayela."

URamalete uthi ubehlezi enethemba lokhuthi uzozithola izincwadi zokushayela.

Amagama awabhekise entsheni athi ingaliphonsi ithawula, kufanele iphokophele phambili futhi ibe nentshisekelo yokufuna ukufunda izinto ezintsha.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.