Injabulo umndeni ubona ingane yawo kwabathunjwa eChibok

2016-08-15 11:30

Lagos – Abazali bentombazane eyathunjwa kanye namanye angu-219 eChibok, esikhathini esingahezulu kweminyaka emibili eyedlule, bakwazile ukubona ingane yabo kwi-video yeBoko Haram.

UKawo Yakubu no-Esther Yakubu baqinisekisile ukuthi le ngane abayibonile kule video ekhishwe yiBoko Haram, yindodakazi yabo nezinqotho.

Umama wale ngane, u-Esther, uthe udumele ngokuthi uhulumeni waseNigeria uhudula izinyawo ekutheni kukhululwe lezi zingane.

OLUNYE UDABA: Kukhululwe ingane eyodwa kulezo ezathunjwa eNigeria

"Akukho okutheni abakwenzayo, ukube benyusa amasokisi ngabe lezi zingane sezibuyele emakhaya.

“Zonke izingane ezakwazi ukubuyela emakhaya, zazeqela ngokwazo,” esho.

Ubaba wale ntombazane uthe kumjabulisile ukubona ingane yakhe isaphila.

“Le ntombazane ekhuluma kuleya video iyindodakazi yami. Ngithe uma ngiyibona ngahluleka nokubamba yinjabulo ngoba ngibona ukuthi isaphila.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.