Inkampani kabhiya izoqeda abantu baseKapa ukoma

2018-01-23 14:00

Cape Town - ISouth African Breweries (SAB) izofaka isandla, isize abantu bangabulawa ukoma njengoba idolobha laseKapa libhekene nenkinga yokushoda kwamanzi.

I-SAB ihlele ukunikeza abantu baseKapa ababhodlela amanzi angamalitha angu-12 million uma sekufike umhlaka 12 Ephreli, okuthiwa azobe engasaphumi kompopi amanzi ngalolu suku.

Imenenja yale nkampani uJohn Stenslunde ithi isiphethu esiseNewlands esibaphakela amanzi bazosivula usuku lonke, nsuku zonke.

OLUNYE UDABAObenikwe ifa lendlu, uhlabane ngomcebo ka-R52m efika endlini

Uthi njengebhizinisi umsebenzi wabo ukufaka ubhiya emabhodleleni nasemakanini kodwa uma ithuba lokwenza okuhle livela, njengelokufaka amanzi emabhodleleni, bangakwenza lokho bahlinzeke umphakathi waseKapa ngamanzi.

Njengoba amadamu amanzi aphakela idolobha eku-27.2%, kusele izinsuku ezingaphansi kwezingu-80 ngaphambi kokuba amanzi aphele.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.