Inkantolo ichithe izincomo zikaMvikeli woMphakathi

2017-08-15 11:04

Johannesburg – INkantolo eNkulu yaseNorth Gauteng ichithe izincomo zikaMvikeli woMphakathi uBusisiwe Mkhwebane zokuba kushitshwe umgomo wokusebenza kweSouth African Reserve Bank (SARB).

UMvikeli woMphakathi ube eseyalelwa ukuba akhokhe nezindleko zecala.

IBhange loMbuso laziphonsela inselelo izincomo zikaMvikeli woMphakathi zokuba kushintshwe umgomo wokusebenza kwalo.

OLUNYE UDABA: Uvulelwe icala lokushaya owesifazane umka Mugabe

UMkhwebane phambilini wazivikela izincomo zakhe, kodwa ngokuhamba kwesikhathi wavuma ukuthi akanawo amandla okuyalela ukuba kushintshwe uMthethosisekelo, wabe esethi ngeke esaphikisana nesicelo sokubuyekezwa kwezincomo zakhe.

UBusisiwe Mkhwebane wayecele iPhalamende ukuba liqalise uhlelo lokushintshwa koMthethosisekelo ngenhloso yokushintsha umgomo wokusebenza kwe-SARB. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.