Inkantolo iguqule isinqumo kowalahlwa elokubulala umyeni wakhe

2017-09-29 14:00

Bloemfontein - INkantolo yokuDluliswa kwamaCala isiguqulile isinqumo senkantolo sokutholakala kukaThandi Maqubela enecala lokubulala umyeni wakhe, owayeyibamba lejaji uPatrick Maqubela.

"Ngiyamjabulela kakhulu, ikakhulukazi abantwana bakhe," kusho omunye wabameli bakhe, uStephen Lamprecht, etshela iNews24 kulandela isinqumo senkantolo esimvumelile ukuthi aphikise ukulahlwa kwakhe yicala.

UMaqubela, 62, wakhala ngaphansi ecaleni ngoNovemba 2014 ngokubulala umyeni wakhe, ukukokotela ukusayina incwadi yefa likamyeni wakhe ngemuva kwezinyanga ezingu-9 ashona, kanye nokukhwabanisa ekutheni kube khona akutholayo emafeni kamufi.

OLUNYE UDABA: Uzophikisa esenkantolo owabulala umyeni

Umyeni wakhe uPatrick, watholakala eseshonile efulethini eliseSea Point, eKapa, ngoJuni 2009, ngemuva kosuku ecele ukuba behlukanise.

UMaqubela wabe esegwetshwa iminyaka engu-18 ebhadla ejele ngo-Ephreli 2015 ngokubulala, ukukokotela kanye nokukhwabanisa.

Umufi wayesebenzela eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngaphambi kokufa kwakhe.

UMaqubela wangeniswa esibhedlela sengqondo iValkenberg ngemuva kokwenza izinto ezingaqondakali ngesikhathi evela enkantolo kusaqhubeka leli cala.

UMaqubela wayelokhu eliphike njalo icala, ethi umyeni wakhe washona ngoba sekufike isikhathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.