Inkantolo iguqule isinqumo ngowalahlwa yicala lokubulala umyeni

2017-09-30 11:34

Bloemfontein – INkantolo eNkulu yokudluliswa kwamacala iguqule isinqumo senkantolo eyathola ukuthi uThandi Maqubela unecala lokubulala umyeni wakhe, owayeyibamba lamajajaji uPatrick Maqubela.

"Ngiyamjabulela, ikakhulukazi izingane zakhe,” kusho omunye wabameli bakhe, uStephen Lamprecht, etshela iNews24 ngesinqumo senkantolo.

UMaqubela, 62, walahlwa yicala lokubulala umyeni wakhe ngoNovemba 2014, elokutshintsha incwadi yamafa  ezenza umufi, kanye nokukwabanisa ngenhloso yokuhlomula emafeni kamufi.

OLUNYE UDABA: Uzochitha impelasonto ejele 'owabulala' usana edinwe yisoka

Ibamba lamajanji lashona ngoJune 2009.

UThandi Maqubela wagwetshwa iminyaka engu-18 ebhadla ejele ngo-Ephreli 2015.

Inkantolo ithi ubufakazi obathulwa ngudokotela ohlola izidumbu uSolwazi Saayman, bokuthi kungenzeka ukuba wazishonela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.