Inkantolo isichithile isicelo samakhansela axoshwa yi-EFF

2017-10-13 07:27

Johannesburg – INkantolo eNkulu eGauteng South ngoLwesine isichithile isicelo ebesifakwe amakhansela e-EFF ayisithupha axoshwa emkhandlwini waseMogale City.

Amakhansela abefake isicelo sokuphikisana nokuxoshwa kwawo.

Inkantolo iphikisene nesicelo sabo, yabe isilichitha icala yayalela nokuba bakhokhe izindleko zalo, kusho i-EFF esitatimendeni.

Baxoshwa ngemuva kohlelo lokuqondiswa izigwegwe ngoMgqibelo odlule kulandela ukuvota kanye ne-ANC.

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa ngamakhaza eThekwini

Laba abayisithupha kuthiwa baphinde bawushaya indiva umyalelo we-EFF wokuba bangawuthameli umhlangano womkhandlu waseMogale City wesabelomali.

Okhulumela i-EFF uMbuyiseni Ndlozi uthe inhlangano iyasamukela isinqumo senkantolo ngoba amakhansela abekhala ngokuthi azolahlekelwa yimiholo yawo.

"Lokhu kusho ukuthi baye enkantolo bengayile kovikela ubulungu babo kwi-EFF, kodwa amaholo abo abebewathola ngokba amakhansela. Lokhu kusicacisele ukuthi bona babheke kakhulu imali, hhayi ukusebenzela abantu bethu,” kusho uNdlozi esitatimendeni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.