Inkantolo isihoxisile isinqumo sokumiswa kukaKhomishana wamaphoyisa

2016-08-11 07:46

Durban - Ihhovisi likaKhomishana wamaphoyisa kuzwe lonke lisamukele isinqumu senkantolo enkulu yaseThekiwni yokuhoxisa ukumiswa kukaMmamonye Ngobeni, kubika iNewswatch.

UNgobeni ongumkhuzi wamaphoyisa esifundazweni sakwaZulu-Natal wamiswa emsebenzini ngezinsolo zobudlelwane obungaqondakali nosomabhizinisi uThoshan Panday.

Funda nalolu daba:Angahle axoshwe uKhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal

Kuthiwa uPanday uyena owakhokhela umcimbi womyeni kaNgobeni ngo-2010 ngenhloso yokugwema ukubhekana namacala ayebhekene nawo.

UNgobeni waziphika lezi zinsolo ethi umcimbi womyeni wakhe wawenza ngemali yakhe uqobo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.