Inkantolo isikhabile isicelo seDA ngodaba lukaNomgcobo Jiba

2016-05-23 14:30

Durban – Inkantolo eNkulu yaseNtshonalanga Kapa ikhiphe isinqumo sayo ngesicelo se-DA sokuxoshwa kukaNomgcobo Jiba, kubika iSowetanlive.

Leli qembu lafaka isicelo sokuba kuxoshwa uNomgcobo oyiSekela loMqondisi wezokuShushiswa koMphakathi kuZwelonke  ngesikhathi esaphenywa ngekhono lokhe lokuhola leli hhovisi.

OLUNYE UDABA:Kuyathusa ukuqashwa kukaJiba : DA

I-DA yafaka lesi sicelo enkantolo ngenyanga kaNdasa bekhalaza ngokuthi ukuhluleka kukaMengameli uJacob Zuma ukumisa uJiba emsebenzini akukho emthethweni futhi kubonakalisa ukuthi ukhetha iphela emasini.

“I-DA ngeke ivumele ukuhluleka kukamengameli ekuthatheni izinyathelo kucekele phansi ezomthetho kuleli. Siyinhlangano sinethembe lokuthi inkantolo izokwenza lokhu okwahlula umengameli kwasekuqaleni,” kusho le nhlangano ngaphambi kukoba kushishwe lesi sinqumo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.