Inkantolo isinqume ukuthi ingaqhubeki inkomfa ye-ANC eFree State

2017-11-29 14:01

Bloemfontein - INkantolo eNkulu yaseBloemfontein ikhiphe isinqumo sokuthi ngeke ikwazi ukuqhubeka inkomfa ye-ANC eFree State kuze kube wukuthi kuqala phansi imihlangano yamagatsha.

Le nkantolo ikhiphe isinqumo sokuthi kunemihlangano yamagatsha ambalwa ezifundeni ezine kulesi sifundazwe engazange ihambe kahle nengekho emthethweni futhi ayihambisananga nenqubomgomo yaleli qembu.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: 'Umengameli ophumayo' uZuma uhlangane nabagaqele esokuhola i-ANC

Yize kunjalo, amajaji abengavumelani kahle ngesinqumo sokugcina ngoba amajaji amabili athe inkomfa yokukhetha ubuholi ebihlelelwe le mpelasonto eParys kumele ihlehliswe.

Lesi sinqumo senziwe ngemuva kwezikhalazo ezifakwe ngamanye amalungu e-ANC efuna ingaqhubeki inkomfa yale mpelasonto kuze kulungiswe izinkinga zamagatsha.

Kuthiwa isikhundla sikaSihlalo kaKhongolose esifundazweni esiphethwe ngu-Ace Magashule, sibhekwe ngabomvu yiphini lakhe uThabo Manyoni.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.