Inkantolo ivune isiboshwa esiyisitabane

2016-07-06 14:32

Johannesburg - INkantolo eNkulu yaseGoli iyalele uMnyango wezobuLungiswa nokuHlunyeleliswa kwezimilo ukuba isiboshwa esiyisitabane sifakwe esitokisini saso sodwa noma ejele okugcinwe kulona ezinye iziboshwa eziyizitabane.

UTumelo Mapodile, oyisiboshwa esiyisitabane ovalelwe eJohannesburg Medium B Correctional Centre, edume ngeSun City, wamangalela uNgqongqoshe wezobulungiswa nokuhlunyeleliswa kwezimilo uMichael Masutha nabanye abathathu ngemuva kokuhlukunyezwa ngezinye iziboshwa ejele.

Funda nalolu daba: Uthi umfundisi walala naye ngemuva kokumthembisa imoto

Umehluleli Majake Mabesele ukhiphe isinqumo esivune uMapodile, wathi kunemithetho kuMthethosisekelo evikela izitabane, kubika iSowetanLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.