Inkantolo ivune izintatheli ezaxoshwa yiSABC

2016-07-26 11:34

Johannesburg – Izintatheli ezine zaseSABC ezaxoshwa kumele zibuyiselwe emsebenzini, kusho iNkantolo yezabaSebenzi ngoLwesibili.

Ujaji Andre van Niekerk uthe isinqumo seSABC sokuxosha lezi zintatheli asikho semthethweni futhi le nhlangano esakazela umphakathi ayisavumelekile ukuba ibaqondise izigwegwe laba.

Funda nalolu daba: Amaphoyisa asazama ukuhlonza ozokhele ngomlilo

Uthe laba abane, uFoeta Krige, Suna Venter, Krivani Pillay noJacques Steenkamp kumele babuyele emsebenzini.

Lezi zintatheli zafaka isicelo enkantolo sokuba kuhoxiswe isinqumo sokuxoshwa kwazo futhi zingaqondiswa izigwegwe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.