Inkantolo ivune unkosikazi kweledivosi

2016-08-11 12:30

Pretoria –Owesimame owayengumqondisi kweminye yeminyango kahulumeni uvunwe inkantolo ngokunxeshezelwa ngokuthola ingxenye yomuzi womnyeni wakhe oseCenturion obuza uR2.9 miyiloni.

Lo mame ogama lakhe lingeke lidalulwe ngoba leli cala lisasenkantolo ufuna uhhafu wayo yonke impahla yomyeni wakhe ngisho imizi yezigidi zamarandi kanye nezimoto zikanokusho.

Funda nalolu daba:U-Andile uncenga unkosikazi osefuna idivosi - Umbiko

Indoda yakhe yayiphikisa isicelo sokuthola ingxenye yempahla yakhe ngoba ithi babeshade ngokwesintu, kodwa-ke inkantolo isiveze ukuthi yize kunjalo unkosikazi unalo ilungelo lokuthola ingxenye yengcebo yakhe.

Le ndoda ibisola umkayo ngokungamakekeli ngendlela futhi ehluleka nokunakekela indodana yakhe afika nayo emzini. Ithi ikona lokhu okwakudala izingxabano phakathi kwabo yaze yanquma ukuphuma endlini, kubika iPretoria News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.