Inkantolo iyalele iSABC ukuba ihoxise isinqumo

2016-07-20 16:02

Pretoria - Inkantolo enkulu ePitoli ikhiphe isinqumo esiyalela iSABC ukuba ihoxise isinqumo sokungabiki ngodlame lwemibhikisho.

Lokhu kulandela isicelo esifakwe inhlangano i-Helen Suzman Foundation lapho abafinyelele khona esivumelwaneni ne-SABC.

OLUNYE UDABA:I-SABC ayipholisanga maseko ngokuqasha umphathi omusha

Ngemuva kokuxoxisana kabanzi ngalesi sinqumo sahlelwa kabusha, kuphume isivumelwano kanti lesi sivumelwano sigunyazwe umahluleli uJohn Murphy.

Kulesi sivumelwano kuthintwe nodaba lokuba i-SABC izimele ngezinqumo zezokubhala, kanti enye ingxenye yalesi sinqumo izolinda imiphumela yenkantolo yoMthethosisekelo mayelana nokuba semthethweni kwesinqumo esenziwe i-SABC.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.