Inkantolo iyalele ukuba abuyiselwe emsebenzini owamiswa nguNgqongqoshe

2017-10-25 12:14

Pretoria – INkantolo eNkulu ePitoli isiyalele ukuba abuyiselwe emsebenzini uMqondisi Jikelele woMnyango wezaseKhaya, uMkuseli Apleni.

U-Apleni ubecele inkantolo ukuba ikhiphe isinqumo sokuthi lowo owayenguNgqongqoshe eMnyangweni wezaseKhaya, uHlengiwe Mkhize, wayengenalo ilungelo lokummisa emsebenzini.

INkantolo eNkulu ngoLwesithathu ithe isinqumo sikaMkhize siphambene noMthethosisekelo.

Inkantolo ithe uMkhize akanalo igunya lokumisa u-Apleni yaphinde yathi kuphambene nomthetho ukumiswa kwakhe emsebenzini, ngakho iyasihoxisa leso sinqumo.

OLUNYE UDABA: Usenkantolo usomabhizinisi osolwa ngokubulala unina

UNgqongqoshe uyalelwe ukuba akhokhe izindleko zecala.

Akwaziwa-ke nokho noma uNgqongqoshe omusha kulo Mnyango usazophinde azibhekene yini izinsolo ayesolwa ngazo u-Apleni.

U-Apleni ngesikhathi ekhuluma nabe-eNCA uthe kumanje usebuyele emsebenzini wakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.