Inkantolo iyalele ukuba asishiye isikhundla sakhe oyinhloko ye-NPA

2017-12-08 12:33

Pretoria – INkantolo eNkulu ePitoli inqume ukuthi u-Advocate Shaun Abrahams, ongumqondisi wezokushushiswa komphakathi kuzwelonke, kumele asishiye isikhundla sakhe.

Inkantolo ithole ukuthi ukuxoshwa kukaMxolisi Nxasana, owayengumqondisi wezokushushiswa komphakathi, kwakuphambene nomthetho. 

UJaji Dunstan Mlambo uphinde wathi ngeke kulunge ukuba lowo owayekulesi sikhundla, uNxasana, abuyiselwe kusona ngenxa yokuthi kunamacala enkohlakalo asaphenywa ngawo futhi noMengameli Jacob Zuma ngeke akwazi ukuqoka omusha.

UMlambo uthe iPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa kumele aqoke umqondisi omusha wezokushishiswa komphakathi kuzwelonke zingakapheli izinsuku ezingu-60.

OLUNYE UDABA: Olwamanqamu namhlanje ngodaba lakwa-Sassa

IFreedom Under Law, Corruption Watch neCouncil for the Advancement of the South African Constitution (Casac) bababela enkantolo befuna kuthathwe njengokuphambene nomthetho ukuxoshwa kukaNxasana.

UNxasana wavuma ukukhokhelwa nguZuma imali engu-R17.3m ukuze ezoshiya isikhundla sakhe ngo-2015.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.