Inkantolo iyalele ukuba ibhanoyi labakwaGupta ligcinwe eLanseria

2018-03-19 18:16

Johannesburg - INkantolo eNkulu eGoli inqume ukuthi ibhanoyi elikhokhelwa ngumndeni wakwaGupta kumele libuyiselwe ngaphansi kwenkampani efake isicelo enkantolo, bese ligcinwa esikhumulweni sezindiza i-Lanseria eGoli.

OLUNYE UDABAKushone 5, kwalimala 13 wabantu kwenyantisa igazi eThekwini

Inkantolo iphinde yathi lo mndeni kanye nezinkampani zawo kabavunyelwe ukusebenzisa ibhanoyi iBombadier Global 6000.

I-Export Development Canada kanye neStoneriver bafake isicelo senkantolo sokuba abakwaGupta bangavunyelwa ukusebenzisa le ndiza engabiza u-$41-million.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.