Inkantolo izohlolisisa isimo sowagwaza umfana amanxeba angu-33

2017-08-15 15:59

Cape Town -  Izohlolwa isimo sengqondo indoda esolwa ngokugwaza iphindelela umfana oneminyaka engu-12 eGoodwood.

UMoaine Salie ubhekene necala lokuzama ukubulala ngezinsolo zokugwaza lo mfana amanxeba angu-33 ngoJulayi.

Ngaphambilini enkantolo, uSalie akakwazanga ukukhumbula ukuthi uboshelweni.

OLUNYE UDABA: Ululama kahle umfana, 12, owagwazwa amanxeba angu-33

USalie wadluliselwa esibhedlela eyohlolwa isimo sengqondo. Usekutholile ukwelashwa eDelft South Matrix Clinic.

Ngempelasonto edlule, isisulu siphinde sayohlinzwa emqaleni.

Naso sithola ukwelashwa ukuze sizophinde sikwazi ukusebenzisa izandla.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.