Inkantolo kulindeleke ikhiphe isinqumo ngezintatheli ezaxoshwa

2016-07-25 11:33

Johannesburg - INkantolo yezabaSebenzi kulindeleke ikhiphe isinqumo, cishe namhlanje, mayelana nokuthi ngabe kumele yini ihoxise isinqumo sokuxoshwa kwezintatheli zeSABC ezaziphikisana nemigomo yokungasakazwa kwezinye zezindaba.

Izintatheli ezine - uFoeta Krige‚ Suna Venter‚ Jacques Steenkamp noKrivani Pillay – zaziswa nge-email ukuthi ziyaxoshwa ngokwehluleka kwazo ukuthobela imigomo yeSABC.

Funda nalolu daba: Kulimale 20 engozini yamabhasi eThekwini

Lezi zintatheli zingezinye zalezo ezazwakalisa ukungenami kwazo ngesinqumo sikaHlaudi Motsoeneng sokuvala ukusakazwa kwemibhikisho enodlame.

I-Independent Communications Authority of South African (Icasa) yayalela i-SABC ukuba ihoxise isinqumo sayo ngemibhikisho enodlame, kubika iSowetan.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.