Inkonzo yesikhumbuzo somshayeli wesitimela inamuhla

2016-07-14 12:30

Cape Town - Inkonzo yesikhumbuzo somshayeli wesitimela sakwaMetrorail odutshulwe wabulawa ngoMsombuluko ngesikhathi elinde isitimela inamuhla (ngoLwesine).

Umndeni kaPiet Botha uzobamba le nkonzo esiteshini sesitimela saseNetreg eKaoa la adutshulwe wabulawela khona.

OLUNYE UDABA: Inkonzo yesikhumbuzo sengane yomsunguli we-ANC

Le nkozno izohanjelwa nguNgqongqoshe wezokuThutha eWestern Cape uDonald Grant nemenenja yakwaMetrorail uRichard Walker.

 Kuboshwe abantu ababili abasolwa ngokubandakanyeka kulesi sigameko sokubulala kuleli sonto, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

Abasolwa balindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yaseBishop Lavis namuhla (ngoLwesine).

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.