Inqunywe isandla isithembile iKaizer Chiefs ngomdlali

2016-05-17 16:04

Johannesburg - USizwe Ntshangase ongumphathi kaSifiso Hlanti usekuqinisekisile ukuthi lo mdlali uvuselele inkontileka yakhe neqembu leBidvest Wits.

Lo mdlali uchithe isigaba sesibili sesizini 2015/2016 ebolekiswe kwiqembu lamaZulu esuka eqenjini elizinze eSturrock Park.

Lo mdlali ungene wafaneleka eqenjini likaGavin Hunt, futhi kube kuhle kakhulu ukubizwa kwakhe eqenjini lesizwe iBafana Bafana.

OLUNYE UDABA:Ukushaqeka kushona umdlali oquleke enkundleni kudlalwa

IWits izomgcina uHlanti njengoba esayine inkontileka yonyaka kanti ingahle yengezwe ngomunye unyaka.

“IWits isebenzise amandla ayo okumgcina uSifiso Hlanti ngenkontileka yonyaka engahle ikhuliswe. Uma kukhona omfunayo uHlanti kumele axhumane neWits ngokumthenga,”kusho uNtshangase.

Uqhubeke ngokuthi akabavimbi abamfunayo lo mdlali, kodwa sithi abasebenzise imizila efanelekile.

Lokhu kuvela ngemuva kokuthi iqembu leKaizer Chiefs limbheke ngabomvu lo mdlali kodwa iqembu lakhe liyivale yonke imyango ebivulekile.

-Soccer-Laduma

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

C# Developer

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R360 000.00 Per Year

Investment Associate

Cape Town
Mass Staffing Projects
R620 000.00 - R780 000.00 Per Year

Senior Investment Analyst

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R775 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.