Inqwaba yabantu isale dengwane kusha imijondolo

2017-08-23 09:36

Johannesburg – Amakhulu abantu asale dengwane ngemuva komlilo oshise imijondolo ebalelwa kwengu-50 ePrimrose, e-East Rand.

Okwamanje bekungakacaci kahle ukuthi yini equbule umlilo ngoLwesibili ebusuku  kodwa akulimalanga muntu.

UDane Jone, wezezinhlekelele eKurhuleni, uthi ithimba labo lizosiza abantu abakhahlamezekile endaweni.

OLUNYE UDABA: Isinde ngokulambisa imeya kushiswa umuzi wayo

Khonamanjalo, abezimo eziphuthumayo eGoli bathi bazobe bemi ngomumo ngoLwesithathu njengoba kuzobe kuhlasele amakhaza ashubisa umklantsha.

Umsinga obandayo kulindeleke ulethe amakhaza eGauteng namaphethelo.

Abezimo eziphuthumayo banxusa izakhamuzi ukuba zizifudumeze ngezindlela eziphephile ukugwema imililo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.