Intombazane ithi yadlwengulwa ngowe-EFF

2018-03-29 18:00

Johannesburg - Umholi we-EFF u-Ekangala, empumalanga yeTshwane, usolwa ngokudlwengula indodakazi yomngani wakhe omkhulu eneminyaka engu-12 ubudala.

“Lokhu kungukulahleka kokwethenjwa,” kusho uyise wentombazane ekhuluma neDaily Sun ngoLwesibili ebusuku.

Lo baba oneminyaka engu-37 ubudala uthi umsolwa wayemthatha njengomfowabo.

“Ubeyikho konke kimina ngemuva kokushona kukankosikazi wami ngenyanga edlule. Ngangizilile ngesikhathi enza lonkhu endodakazini yami.”

OLUNYE UDABA: Ahlome ayizingovolo amaphoyisa ku-N2

Umsolwa oneminyaka engu-36 ubudala uthweswe icala, wavela enkantolo kaMasnthi eNkangala ngoLwesibili.

Walelwe ibheyili kanti uzobuyela enkantolo ngoLwesihlanu.

Umndeni wentombazane, izakhamuzi kanye namalungu e-ANCWL ne-EFF kulindeleke imashe ngaphandle kwenkantolo ngoLwesihlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.