Intombazane itholwe ilenga endlini yangasese

2018-04-05 14:01

ePort Shepstone - Amaphoyisa asePort Shepstone asevule icala kulandela ukutholakala kwentombazane eneminyaka engu 14 ubudala ilenga endlini.

Lesi sigameko senzeke endaweni yaseMarburg ngasePort Shepstone ngoMsombuluko ebusuku, kubika i-KZN Eyethu.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa ngaphandle komuzi walo

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa, uLt Col Zandra Wiid, unina wentombazane ubikele amaphoyisa ukuthi usebenzise ukhiye oyisipele ukuvula endlini yangasese emuva kokuthi le ntombazane ibingaphenduli.

“Unina uthole indodakazi yakhe ilenga. Yonke imizamo yabezimo eziphuthumayo yokuyivusa ayiphumelelanga,” kusho uWiid.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.