Intombi nto ena-57 ithi isazoya eMkhosini woMhlanga

2016-07-21 12:37

Johannesburg - Intombi nto yaseTshelimnyama eMarianhill eneminyaka engu-57 ubudala, ehlonishwe ngejazi ngokuziphatha kahle kwayo, ithi nakulo nyaka iyaphindela eMkhosini woMhlanga yize isibuthaka, kubika iSolezwe.

U-Anna Nkomo, obizwa ngoTshitshi noma iNkosazane, ngonyaka odlule wathi akasaboni ukuthi usazoya emhlangeni ngenxa yokugula.

Ngemuva kokugqokiswa ijazi nguMnyango wezobuCiko namaSiko KwaZulu-Natal emasontweni amabili edlule, uTshitshi utshele iSowelzwe ukuthi uyohlukaniswa wukufa noMhlanga.

Funda nalolu daba: Ushaywe ngoswazi oluncane obedayisa insangu

Uthi akazi sezingaki izitifiketi asazithola ngenxa yokuziphatha kahle.

Uthi okumjabulisa kakhulu ukuthi ngisho endaweni yangakubo abesilisa bayamhlonipha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.