Intsha ifuna imishuqulo yangaphansi kanye namakhondomu ezikoleni

2016-07-20 17:30

Durban - Abantu abasha baphazamise inkulumo kaNgqongqoshe wezeMpilo u-Aaron Motsoaledi kwinkomfa yengculazi ngoLwesithathu ekuseni.

Iqoqo labantu abangu-30 bebephethe iziqwembe begxumagxuma esiteji bekhankasela ukuhlinzekwa ngemishuqulo yangaphansi yabesimame kanye namakhondomu ezikoleni.

OLUNYE UDABA:Adla ubhedu amakhondomu anuka kamnandi enyuvesi

“Izingane zamantombazane ezilinganiselwa ku-7 miliyoni azikwazi ukuya esikoleni njalo ngenyanga ngoba azinazo izinsiza zokushuqula uma ziya esikhathini. Lokhu kusho ukuthi abayitholi imfundo ngokwanele,”kusho omunye walaba.

Isenzo sabo asehlanga kahle kulo ngqongqoshe obagxeke kakhulu wathi le akuyona inkundla akuyona indawo eyenzelwe ukudingida nabo lolu daba, kubika iDaily Sun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.