INumsa izobhekisha ngaphandle kwamahhovisi e-Eskom

2016-07-18 11:36

Johannesburg – Amalungu eNational Union of Metal Workers of South Africa (Numsa) ahlele ukubhikisha ngaphandle kwamahhovisi e-Eskom eMegawatt Park eSandton efuna amaholo angcono kanjalo nezindawo zokuhlala ezisezimeni esikahle.

INumsa, phakathi kwezinto ezifunayo, ifuna  kunyuswe amaholo kuphinde kwenyuswe nemali yoxhaso lwezindlu.

Funda nalolu daba: Kulindele wehle uphethiloli ngenyanga ezayo 

“Abasebenzi banelungelo kuteleka bahambise incwadi yezikhalazo. Sizokuhlunipha lokho futhi siphendule ngendlela efanele,”  kusho okhulumela i-Eskom, uKhulu Phasiwe.

UPhasiwe uthi i-Eskom izimisele ngokwenyusa amaholo ngo-7% kuya ku-9% ngokwahlukana kwamazinga abasebenzi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.