Inyanga ithi inamandla okukuhlukanisa ne-ex enesicefe

2016-07-19 14:33

Durban - Uma unenkinga yomuntu okubangela isicefe ekulandela yize senihlukene, ungakhathazeki ngoba kunenyanga ezokuxazululela leyo nkinga.

URarang Mogale, 45, uneziqu zobuthishela futhi wayekade esebenza njengothishela wesiNgisi ngaphambi kokulandela ubizo lwakhe. Le nyanga ithi inamandla okuhlukanisa abantu.

OLUNYE UDABA:Inyanga inyamalale no-R510 000 wempesheni kathisha

“Kudala ngazi ukuthi nginobizo kodwa kwakungeyona into engiyithathela phezulu kwaze kwaba wukuthi ngiyagula, ngagula kakhulu futhi odokotela bengakwazi ukungisiza,”kusho yena.

Le nyanga ithi iyazi ukuthi kunzima ukubhekana nobunzima bothando, yingakho esebenzisa isiphiwo sakhe ukwenza okuhle ngokuqinisekisa ukuthi uma abantu behlukana, bahlukane ngokuthula kungabi nenzondo nanye nokulwa, kubika iDailySun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.