Inyunyana ifanise ubuholi bemeya nobukaTrump

2017-01-30 11:30

Johannesburg - ISouth African Municipal Workers Union (Samwu) isola iMeya yaseGoli uHerman Mashaba ngokuphatha njengoMengameli waseMelika uDonald Trump.

Lokhu ikusho kulandela isinqumo sikaMashaba sokufaka ngaphansi komkhandlu izinkampani ezihlinzeka ngezidingongqangi kuleli dolobha.

ISamwu ithi isinqumo sikaMashaba senza babenokwesaba futhi ngeke isinake.

OLUNYE UDABA: Bazovela enkantolo abasolwa ngokubamba inkunzi izivakashi

IJoburg Water, City Power kanye nenkampani ethutha udoti iPikitup sekuzoba ngaphansi komkhandlu waseGoli.

Imeya ithi lokhu kuzosheshisa izinga lokuhlinzeka ngezidingo emphakathini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.