Inyunyana ithi ihlandla lokugcina likaZuma belifana nesihogo kubasebenzi

2018-02-17 13:38

Durban – UNobhala weSouth African Democratic Teachers Union (Sadtu) uMugwena Maluleke uthi ihlandla lesibili likaJacob Zuma belinzima kakhulu kwizinyunyana.

"Bekuyihlandla elingekho lihle kubasebenzi, kubantu nakumadlelandawonye. Sayikhuluma indaba yenkohlakalo. Sakhuluma ngokuningi, kodwa akwenzakalanga lutho,” kusho uMaluleke ngoLwesihlanu.

Usho kanje ekhuluma nabezindaba ngemuva kwe-Sadtu Excellence Awards eMhlanga, KwaZulu-Natal.

OLUNYE UDABA: URamaphosa unceme uZuma evula iPhalamende

"Uma unomholi ongalaleli, ongasaxoxisani nawe, engasenandaba nabantu – sibona umholi ongazi ukuthi kwenzakalani ezweni. Ubengumholi olawulwa ngabanye. Sethemba ukuthi umengameli okhona manje ngeke enze okufanayo.”

UMaluleke utuse uMengameli Cyril Ramaphosa, wabalula amagalelo akhe kwezabasebenzi.

"Simazi njengomuntu ohamba emazwini akhe. Ungumuntu oqotho, futhi uzibophezele ekusebenzeleni abantu. Uyaziqonda izinselelo ezibhekene nezwe.”

Uthi ubuholi bukaRamaphosa ngeke bubadumaze.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.