Inyunyana nenkampani yezimayini bafinyelele esivumelwaneni samaholo

2017-08-25 15:59

Johannesburg - IKumba Iron Ore isifinyelele esivumelwano sokwenyusa amaholo nenyunyana yabasebenzi iNational Union of Mineworkers (NUM), kusho inyunyana.

Lolu phiko lwenkani ye-Anglo American luvumile ukwenyusa amaholo phakathi kuka-7% no-10% ngonyaka, iminyaka emithathu ezayo.

Kuphinde kwavunyelwana ngokuthi bonke abasebenzi abathintekayo kulesi sivumelwano bazokhokhelwa imali engu-R25 065 kanye.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke isinqumo ecaleno lowafakwa ebhokisini lomngcwabo

Lezi zindaba zizokwehlisa amaphaphu kule mboni esidilize inqwaba yabasebenzi futhi eqhubekayo nokungenzi kahle ngokwezimali.

I-NUM, okuyinyunyana enkulu eKumba, ngoMeyi yafuna ukuba abasebenzi benyuselwe amaholo ngo-16%.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.