Inyunyana yabasebenzi iyameseka uHlaudi Motsoeneng

2016-07-13 19:00

Durban – Umphathi womsebenzi kwaSABC uHlaudi Motsoeneng uyithuthukisile indlela yokusebenza kule nhlangano yezokusakaza.

Lo umbono ovezwe inyunyana yabasebenzi bezokuxhumana kwaZulu-Natal ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA:Inyunyana inqumele imayini ugwayi katiki

“Lokhu kubonakala ngokuthuthuka kwezimo zokusebenza nokuyinto ebonakala kumalunga ethu. Lezi zinguquko azenziwanga yilabo abaziwa ngokuthi bafundile abebephethe iSABC ngaphambilini,” kusho uThami Mzileni wenyunyana i-CWU.

UMzileni ubekhuluma kwingxoxo nophiko lwentsha lwe-ANCYL lapho emahhovisini e-ANC kulesi sifundazwe. Kusenjwalo uphiko lwentsha luyalelwe ukuba lungazibandakanyi kwizingxoxo ezithinta iSABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.