Inyunyana yenze isivumelwano noMnyango wezaseKhaya

2017-06-17 08:31

Johannesburg - INational Education Health and Allied Workers’ Union (Nehawu) isisayine isivumelwano noMnyango wezaseKhaya ukugwema isiteleka mayelana namahora okusebenza engeziwe eMnyangweni.

Inyunyana ithi ikwazile ukwenza ukuba uMnyango uhoxise umthetho owenza kwafakwa amahora amasha okusebenza.

“Abasebenzi bebephoqelekile ukuba basebenze ngaphansi kwalamahora angabekezeleleki…abanye bebeqondiswa izigwegwe, benikezwa ikhefu elingaholelwa uma bengahambisani nalo mthetho,” kusho inyunyana ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Musani ukuthula nibona izinto zonakala - Malema

“Isivumelwano esisayiniwe siqinisekisa ukuhoxiswa komthetho nokuthi abasebenzi sebezosebenza amahora abebejwayele ukuwasebenza ngaphambi kwalo mthetho abaphoqwa ngawo ngumqondisi jikelele woMnyango.”

Abasebenzi boMnyango bebesabise ngokubeka phansi amathuluzi, befuna ukuba bakhokhelwe uma besebenze amahora engeziwe ngemiGqibelo.

INehawu iphinde yanxusa ukuba abasebenzi bangaphoqwa ukusebenza ngoMgqibelo kodwa bakwenze uma bethanda.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.