Inyuvesi imise ukusebenza kwamabhasi athutha abafundi kushiswa elilnye lawo

2017-10-23 15:59

Cape Town - ICape Peninsula University of Technology isimise ukusebenza kwamabhasi athutha abafundi ngemuva kokuba elinye lamabhasi lishisiwe ngoMsombuluko.

Akekho umuntu okubikwe ukuthi ulimalile kulesi sigameko. I-CPUT ibhale ngalesi sigameko ekhasini layo kuFacebook nokuyilapho iphinde yamemezela khona ukuthi isikumiselile ukusebenza kwawo amabhasi.

"Ukusebenza kwamabhasi asikhungweni kumisiwe kulandela isigameko sakamuva sokuhlaselwa kwawo. Siyabonga,” ngokusho kombhalo.

Sekuphele amasonto kungekho kahle ukuthula kule nyuvesi kulandela ukuba abanye babafundi besabise ngokuyivala thanqa inyuvesi ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Indida owesilisa eshona eqeda kuwasha imoto

Amahlebezi ebelokhu esatshalaliswa abethi kuyasondela ukuvalwa kwenyuvesi.

Ngeledlule inyuvesi yandise isibalo sonogada ezikhungweni zayo ngenxa yemibhikisho ebilokhu ibonakala khona.

Inyuvesi nokho iyakuphika ukuthi inyuvesi ivaliwe njengoba ithi zonke izikhungo zivuliwe kanti abasebenzi nabafundi bacelwe ukuba bapake enkundleni yezemidlalo eBellvile ngoba khona kuphephile.

- Cape Argus

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.