Inyuvesi isihlonze abafundi abasolwa ngokushisa isikhungo

2016-08-06 09:51

Johannesburg – I-University of Johannesburg isihlonze abafundi okusolwa ukuthi bayathinteka esehlakalweni sokushisa iSanlam Auditorium, isho kanje ngoLwesihlanu.

"Uphenyo seluhambe kakhulu kanti inyuvesi isizothatha izinyathelo zokuqondisa abafundi abathintekayo izigwegwe,” kusho inyuvesi esitatimendeni.

Funda nalolu daba: I-EFF ivulele i-DA izandla

Ihholo lenyuvesi lashiswa ekuseni ngoMsombuluko mhlaka 16 Meyi.

Akulimalanga muntu kulesi sehlakalo, kodwa kuthiwa umlilo washisa izihlalo ezingaphezu kuka-1 000, kanye nendawo yama-computer.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.