Inyuvesi isilaxaze i-KPMG

2017-10-04 10:18

Johannesburg – Umkhandlu wase-University of the Witwatersrand uthathe isinqumo emhlanganweni obungomhlaka 29 Septhemba 2017, sokungazivuseleli izinkontileka enazo ne-KPMG zokucwaninga amabhungu kanye nezokwenza eminye imisebenzi, uma seziphelelwa yisikhathi ekupheleni konyakamali ka-2017.

Lesi sinqumo sithathwe ngemuva komhlangano nesikhulu esiphezulu se-KPMG, ebebemele i-KPMG emazweni emhlaba kanye namalungu ekomidi labacwaningi kanye nele-Council Risk enyuvesi.

Lokhu kulandela umhlangano waphambili – emasontweni amabili edlule – owawuphakathi kwabaphathi baseWits kanye nababemele i-KPMG.

“Amalungu ekomidi leCouncil Audit nele-Council Risk azicubungule kabanzi ziphakamiso ze-KPMG.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa athungatha obaleke nengane

“Amakomidi ayavuma ukuthi i-KPMG zikhona izinyathelo ezithathile, okubalwa kuzona nokukhipha esikhundleni isikhulu esiphezulu kanye nezinye izikhulu ukuzama ukulungisa umonakala owadala ukuba nobudlelwane nomndeni wakwaGupta nezinkampani zawo, kodwa labona ukuthi ayenzanga okwanele.

“Ngaphezu kwalokho, kuvunyelwene ngokuthi i-KPMG yehlulekile ukubeka zonke izinto obala, ngakho kunzima ukukholwa ukuthi akukho okuphambene nomthetho abakwenza njengokuba besho,” kusho isitatimende.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.